Ithuba
演唱:Nhlanhla DubeAsinikan' ithuba
Noma ungahamba
Wen' uzobuya
Amaphutha akho
Naw' azodlula
Wena ungowam
Ungowami kuze k'be phakade
Kanti yini dali
Awufuni lent' isebenze
Uhlulwa yini dali
Ukwenza lent' isebenze
Kanti yini dali
Asenz' izinto zenzeke
Ungowami kuze k'be phakade
Ngithi sekuphel' amalanga
Ng'bekezelela ng'hamba
Ng'funana nawe sthandwa sam
Masihlale phantsi
S'khulumisan ngezint' esibhekene nazo sthandwa sam
Aw welelele
Aw welelele
Asinikan' ithuba
Ngawe babe uyazi ngyaz'fela
Ngyaz'fela
Angeke s'hlukaniswe ubala
Noma bathi unjani ngyak'thanda
Noma bekubek' amacala
Ngiyala ngoba ngyak'thanda
Ngith' angeke s'hlukaniswe ubala
Noma bathi unjani ngyak'thanda
Noma bekubek' amacala
Ngiyala ngoba ngyak'thanda
Kanti yini dali
Awufuni lent' isebenze
Uhlulwa yini dali
Ukwenza lent' isebenze
Kanti yini dali
Asenz' izinto zenzeke
Ungowami kuze k'be phakade
Noma ungahamba
Wen' uzobuya
Amaphutha akho
Naw' azodlula
Wena ungowam
Ungowami kuze k'be phakade
Kanti yini dali
Awufuni lent' isebenze
Uhlulwa yini dali
Ukwenza lent' isebenze
Kanti yini dali
Asenz' izinto zenzeke
Ungowami kuze k'be phakade
Ngithi sekuphel' amalanga
Ng'bekezelela ng'hamba
Ng'funana nawe sthandwa sam
Masihlale phantsi
S'khulumisan ngezint' esibhekene nazo sthandwa sam
Aw welelele
Aw welelele
Asinikan' ithuba
Ngawe babe uyazi ngyaz'fela
Ngyaz'fela
Angeke s'hlukaniswe ubala
Noma bathi unjani ngyak'thanda
Noma bekubek' amacala
Ngiyala ngoba ngyak'thanda
Ngith' angeke s'hlukaniswe ubala
Noma bathi unjani ngyak'thanda
Noma bekubek' amacala
Ngiyala ngoba ngyak'thanda
Kanti yini dali
Awufuni lent' isebenze
Uhlulwa yini dali
Ukwenza lent' isebenze
Kanti yini dali
Asenz' izinto zenzeke
Ungowami kuze k'be phakade