Sekwanele

演唱:duzie、Guduza
Angeke ngikwazi ukuk’xolela
Inhliziyo isilimele Sekwanele x2
Ngyazi dali kub’hlungu masekunjena
Ngyavuma ungthandile kodwa hayii kanjena
Ngik’khuza kulokhu wenze lokhu
Noma sengikhala awuboni
Sengibona kuncono sqhelelane
Angphiki Kona Aayii bes’fanelene
Usuy’phule kwanele
Angeke ngikwazi ukuk’xolela
Inhliziyo isilimele Sekwanele x2
Sengib’thwale kwanele lobuhlungu
Nenhliziyo iyahluleka
Sengikhetha mina manje
(Uhlulekile wena)
Um’hurt kanjani umuntu othi uyamthanda
Chaa ngyala alukho olunjena
(Uthando)
Okub’hlungu ngsakthanda dali
( Noma kunjalo)
Ngibona kuncono shlukane
Vele ubungthanda ngamazwii
Angeke ngikwazi ukuk’xolela
Inhliziyo isilimele Sekwanele

你可能喜欢