Imizwa

演唱:duzie、Guduza
Bengithi ngeke ngsangena othandweni
Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa X 2
Bese ngivumile
Ukuthi lento yothando inabantu bayo
(Ohho ngisho ngoba)
Ngike ngal’zama uthando
Kant ngil’niku umuntu owrong
Othandu umuntu wakhe
Eyy
beseng’lahlekele amathemba othandweni
Ngathola wena
Ngiyaqal’ uk’thand umuntu kanjee
(Iyang’hlupha lento)
Uyang’thanda
Uyang’nakekela
Ung’thanda noma seng’lahla amathemba
(Ungowami wena)
Bengithi ngeke (ngeke ohho hoo)ngsangena othandweni
Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa
Bengithi ngeke ngsangena (Ngeke ngsangena othandweni)othandweni
Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa
(Yang’nqoba imizwa)
Aw beke mina esthombeni
Umtholapho lomntwana ok’hlanyisa kanje
(Ngyaqala Uk’bona uthokoze kanje wena)
Ungangeni othandweni nenhliziyo emnyama
Ahh ahh
Ngikhohlwa zonke inkinga zami mangim’bona
Nengliziyo uyayi guduza
Mina ng’bona unkulunkulu wami
Akafani lana eng’phuma kuye
Lona uz’thobile
Uhloniphekile
Haw Haw impatho yakhe
Seng’fi uk’bona umzali owazala lengane
Ayy suka ikhuliswe kahle
Usuyong’xolela mfwethu
Msukwani ing’khalisa ithawula uyong’nika
Bengithi ngeke (Ngeke ngeke ngeke)ngsangena othandweni
Yang’nqoba (Yang’nqoba imizwa) imizwa,Yang’nqoba imizwa (Yang’nqoba ahha hhaaa)
Bengithi ngeke (Bengithi ngeke ngsamthanda omunye umuntu weee) ngsangena othandweni (kodwa yang’qoba imizwa)
Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa
Bengithi ngeke ngsangena othandweni (Wang’****sha umqondo)
Yang’nqoba imizwa(yeee heeh heee) ,Yang’nqoba imizwa
Bengithi ngeke (Ngeke ngeke ngeke )ngsangena othandweni (Ngeke ngeke )
Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa (yang’nqoba imizwa)

你可能喜欢