Mthwakazi

演唱:Nic Lyon
It's the incredible
Uvodloza udawuduna madoda
Thina sonke sivela komthwakazi
Bathi ukwanda kwaliwa
Ngabathakathi
Zon' izandla ziyagezana
Ziyagezana komthwakazi
Thina sonke sivela komthwakazi
Bathi ukwanda kwaliwa
Ngabathakathi
Zon' izandla ziyagezana
Ziyagezana komthwakazi
Umthwakazi omuhle
Umthwakazi omuhle
Umthwakazi omuhle
Umthwakazi omuhle
Komthwakazi kunabantwana
Abanekusasa eliqhakazile
Bathand' ubumnandi
Bafun' uk'hlala bejabulile
Bafik' eklabini bathi
Dj scel' usjayivise
Ngoba bayazi ukuthi
Endlini isimo asimanga
Umam'uyaphanda
Ubab'uyaphanda
Nam'ngiyaphanda
Kodwa akuhlangani
Ngoluny'usuku sonke sizothaba
Nang'unokthaba akanakh'ukuthaba
Mdali scel'usbhekele sona isinkwa
Sfun'ukufana nabanye abantwana
Lamborghini, Maserati
S'fun'impilo enobumnandi
Masivela i paparazzi
Isthathe amaPicture
Sfun'ukuba famous bonke
Aba jealous sibenze babe anxious
Mdali wami naw'amaphupho
Wena nguwe onas'isphetho
Nay'impepho ngiyiphiwe
Ngabadala after ngibatshela
Ukuthi ngiyakhala
Bathi ngiyishise ngizodla ama mitha
Nayi ngiyayishisa yon'iyangvimba
Mangithi ngiyaflexer
Thina sonke sivela komthwakazi
Bathi ukwanda kwaliwa
Ngabathakathi
Zon' izandla ziyagezana
Ziyagezana komthwakazi
Thina sonke sivela komthwakazi
Bathi ukwanda kwaliwa
Ngabathakathi
Zon' izandla ziyagezana
Ziyagezana komthwakazi
Umthwakazi omuhle
Umthwakazi omuhle
Umthwakazi omuhle
Umthwakazi omuhle

你可能喜欢